Ngicela incazelo yalesaga esithi “Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe”?
Anonymous Answered question June 9, 2021
Kusho ukthi lokhu osuke ukudinga akuzi kuwe kodwa kuya kulomuntu ongenendaba nakho (ongakudingi)
Anonymous Answered question June 9, 2021
Kushukuth into abangayiding bayayithola kanti abayifunayo abayitholi
Anonymous Answered question June 9, 2021
Izinto ezinhle ziya kwabangazidingi noma kwabangakwazi ukuzisebenzisa ngendlela okuyiyo.
Vezi Answered question June 9, 2021