Ibele lendlela alivuthwa – yisaga noma yisisho lesi? kusho ukuthini?
Isaga ngoba ngeke uyishintshe inkathi ngeke usiyise ebuningini, sakheke kusukela ensimini yamabele etshalwe eduze nendlela abadlulayo bawadla umoba wawo angabe esavuthwa umuzi owakhe ngasendleleni abadlulayo baphambukela kuwo uma bedinga usizo
Yisaga lesi ngoba siwumusho ophelele, sichaza ukuth into esemehlweni abantu ayilungi ngoba bahlale njalo bepqazamisa inqubekelaphambili yayo. Sisuselwe ensimini yamabele etshalwe eduze nendlela.
Insimu yamabele eseduze nendlela awavamisile ukuvuthwa ngoba abadlulayo bayakha. Kuyalwa umuntu ukuth into yakhe angaybeki budedengu obala bazoyisebenzisa abaseduze nayo.
Umuntu ohlale ephazanyiswa akavami ukuphumelela
Isaga lesi esijulile esikhuthaza umuntu ukuthi anakekele izinto zakhe azilondoloze ngoba meziphathe budedengu ngeke kumlungele