UMlando uthi…….iNkosikazi yokuQala kaMaDzikane kwakuyintombi yakwa Gebashe egamalayo linguMaDakeni eyazala amaZibulo kaMadzikakane okunguNobele noChitha…. …. Kodwa kodwa aBashana baseMaHlavuleni zange babekwe njenga neNkosi kwaBhaca ngoba kuthiwa uMaDakeni Mhlana ezekwa zange kushiwo ukuthi kuzekwa inzala Nkosi…… Nenkosi Yakwa Gebashe yazeka intombi ezalwa uKhalimeshe endlunkulu…. Nayo yangamenze undlunkulu ngenxa yesenzo esenziwe abakwaKhalimeshe kwintombi yaseMaHlavuleni………
Siphelele Gebashe Answered question February 17, 2022