Umlando nezithakazelo zakwaMdlalose
Nyanda wephahla
Khwenta
Madlula
Mgabashe
Bhudukuziwia
Phangakufa
Dikane
Wena wephahla elinhloko-nhle
Sphungulo say’Ongoye
Magutshwa laph’engekefekhona,
Wena kanhlangothi zimbovu amanxeba
Wena webhaca elithanda impi ngoba ladla uDayi kaSkhova!
Amadodana Ka Dikane
U Nhlaka
UGada
UGomba
UZililose (Intombazane)
Njomela (owakhulela komama)
Amadodana Ka Nhlaka
U-Sekethwayo Impohlo
U-Ntuzwa Iwombe
U-Thondolozi Isibawu
uSiyaphi Iwombe
uMgulugulu Umkhize
uMbenge Umkhize
uXanyana Umkhize
uMabubale (Inkosazane)
Ihubo elika Nhlaka
“Babeyihlaba ebesuku amabandla
kwathi ekuseni kwangena inengisa yesuka”
Izibongo zika Nhlaka
Umkhonto othengwa bgembuzi kwaButhelezi, (koPhungasshe)
Ubhuqu’ kuwisa wawohlahlosssse
unonjela kulala uhlangothi lumbovu
umanxeba anganxuluma
umbambo zinamfa, umagutshwa angayikufa.
uhlanganyela umuntu noNudu
ugaqa limbomvu nasekuphathweni.
inodlela ezihlanjaneni, inwadla emaheni.
isiguqa esadla esinye, sadla udayi kaSikhova
Ukwakhiwa kwezwe lika Nhlaka wakwaMdlalose
Elika Nhlaka lisuka eMzinyathi kuze e Utrecht kuqonde ambilane ngaseHlabane kuqonde ePhondwane kuhambe kwehle ngoMnyathi kwehlele eLenjane liqonde lapho kuhlangana khona uMfolozi noMvunyane likhuphuke libheke bgase Nquthu liyohlangana eMziyathi, Lonke-ke leli ngelakwa Mdlalose lika Nhlaka.
uNhlaka wahlasela (nge Negisa) ehlasela aMangwane okuyiwona ayebusa leli lakwa Mdlalose engakanikwa uNhlaka.
Impi ka Nhlaka yaqhamuka ngesikhala senhlangwini yahlangabezana phesheya kweShoba, Wayichitha eyaMgwane uNhlaka. yawela uMziyathi ababangabacuphi, ngomqwaqo uqonde eHlobane, becupha izinyoni kugcwele izintshe nezimpofu kuleli lase Shoba.
Empofini kugcwele izimpofu,uNhlaka wakha owase kubalekeni kwaNtholwane eShoba.
Wakhipha iNegisa isujakha ezansi neShoba. Iphuma noMavovevaliwe unina kaSekethwayo uka Khanyile.
Usekethwayo, inkosana kaNhlaka udadewabo uMabubula Inkosazane kaNhlaka. Wakha lemizi nje uNhlaka, umfowabo uGomba Kadikane olama uNhlaka .
uGombaliqolo kaDikane abatwwana bakhe bakhuliswa nguNhlaka amadodana amahlanu.
Izinsizwa zika Nhlaka ezasala empini KaZibhebhu kamaphitha ondini eyengo 1883-1884.
uSekethwayo kaNhlaka
uMakhayiyana kaGomba
uMahuluhulu kaThinta
Sekethwayo
Amadodana kaSekethwayo
uZidunge Unokhenke
uMleshe Umthisazwe
uMswazi Umpunga
uNozokoza Umpunga
uMalumbala Ukhandempemvu
uZithoyathoye Ukhandempemvu
uMantantane Umthisazwe
uGininiza Ingomamakhosi
uQolwane Ifalaza
uZicukwana Ufalaza
uMzimuni Ufalaza
Izibongo zika Sekethwayo
Ugubhazi emhlophe weNengisa
uGubhazi weminga nemisesane
ububulandaba namhla engenandaba
uMhlane usophela, Inqaba yakwaBheje
Isiphiqa siphila abakoBheje.
Inkunzi abayihlaba ephondweni
Uphondo ukwendulelisa
Unobanda ngomsasana
Umuthi owamila enkomeni
usanda ‘makhongwana
uNcede wawo Mthece…..
IHubo lika Sekethwayo
“Ho-o-o-o (Hoyiya Ho)
O-Songubo abasamazi”
Imizi ka Sekethwayo
eNengiseni
eNkwibizeni
eZizweni
Ekudubekeni
kwaMkhumbi
kwaNkammbule
eMakhwatheni
oCezwini
eKutetemeni
eMashiyaneni
eMambatheni
eSithangameni
eKungenieni
eKukhophozeni
Amakhosikazi kaSekethwayo
Oka Zulu, OkaMkhazana
Oka Buthelezi
Oka Mdlatshe
Oka Magwaza
Oka Phakathi
Oka Zulu
Thondolozi
Amadodana kaThondolozi
uMadlangampisi (Inkosana) Udududu
uMpiyakhe (Ikhohlwa) Ingomamakhosi
uMpiyenzani Ingomamakhosi
uMganu Ingomamakhosi
uNsukumbili Ufalaza
uDosi Ufalaza
uMtoli Ufalaza
uMgwala Ufalaza
uvalelisa Ufalaza
uSibhalo Ufalaza
uNsukunganye Uve
uNozishina Uve
uMjilingwane Uve
uWekwana Uve
uMubi uve
uKhende Ukhandempemvu
uHhawini Umthisazwe
uNtwili Ikwenkwe
uMagolokoqa Ubhewula
umadlanga Uve
uMgwaqana Uphefeni
uMuntuwani Uphefeni
uQabukane Uphefeni
uMakhanjana Uphefeni
uNkunzi Uphefeni
uNanko Uphefeni
uNjajana Uphefeni
uBoya Ufelaphakathi
uKhiphayiphi Ufelaphakathi
uBomvana Ufelaphakathi
uQondokwakhe Ufelaphakathi
uMthi Udakwa
Izibongo zikaThondolozi
uJenefane bakusika amahawu
uNogwaze ‘buku ‘Zulu
Uphaphe lwensingizi elibika izulu lakwazulu ukuduma
uSihlangu ukubatshazwa omunkengane
uKhwelela abantu entabeni.
umqobela ‘bantu esweni
unyawothi emnyama usomfimfithwayo
umabamba kayeki kanjengodlawu labamba lubayekethisa
sehla nohololo umuntungantombi wawomlotha
Intabe’nameva phakathi kweNcome noMzinyathi
umathondo onjengakaThayi……
Imizi ka Thondolozi
- Ekuvileni
- Emayeni
- Kwangubo
- Ozulaleni
- Engwavuma
- Embuluze
- Egemfini
- eNkondlwaneni
- Ekuthethisaneni
- kwaPhelayela
Amadodakazi kaThondolozi
- uNozingela
- uHawukile
- uMsamuni (owangana isilo uDinuZulu)
- uNtombiyaphansi
- uMandovo
- uKhalala
- uZenzile
- uMbikose
- uNtombiluthi
- uPhathekile
- uNobelungu
- uNoqhina
- uNomakhwayi
- uNokhuluma
- uZimuhle
- uNobesuthu
- uNeziduli
- uNoziqeohu
- uNokusa
- uNokwabela
- uNozinduku
- uPenesi
- uNobathakathi
- uZenzani
- uThathani
- uNomathophi
- uNogazi
- uNondede
- unosixi
- uPotokele
Ntuzwa
Amdodana ka Ntuzwa
UChabifa
UZinyo
uThongo
uNkolongwane
uKhambi
uMajozana
uZwelinjani
uSibomu
uMandulo
uNolida
uFiyane
uMafikelela
uMuthi
umahabishana
uMapulazi
Izibongo zika Ntuzwa
uMxhakaza’ phande
uPhangela ko Bhongo
uPhangela ko Qhoqhoqho
uMashwabadela oshwabadele inkudla yakwa yakwaMguni
kwazamazama ezweni
umashwabadela osshwabadele ezikwaBizobi
kwathi ezakwa mngani waziyekela..
uDalala wesika, uzagila zinomfutho
uMahlokohloko cvela kwaMthelwane
Inhlamvu ebizela amawombe….
Izibongo zika Mgulugulu
uNsangulo zabeSuthu
umnyezane owengame izizba
undengezzzi zimashumi…
uQomondo olumashiya lukaNhlaka.
izibongo zikaMbenge
uNoqongaza wezimbemba
imbenge kanhlaka eguge ngesinqe
yasala amahla
uBantu bafa bebheke ekufinyeni
uMahamba lwengubo kanswinswinswi
Izibongo zika Qwangubana
umpatsha awadla omunye umpatsha
Ishungu elimtshambili lika mgulugulu
Ingwazi eyagwaza kuqala etshaneni
umasabalala onjengelanga.
izibongo zika mankanyiyana
umphangula Jozi, uNogqiza ngumawisa
umnumzane ozihlabanalayo.
inkonjane ezihuqe odakeni
izilo ziyalwa kofabase.
Izibongo zikaZidunge
uSigqoko samuka nemishu yezulu
umavuba ovube kubo kwaNjomela
uMadubula phansi kwetshana
uphalane ocele ‘tshaneni
umfuyi wezinkomo eziafnayo
umdakoziqulu, umdaka ungaze ungoma
Ucombela kwelezolo…
Chief Ndengezi kaKhuzwayo Mdlalose
Ntuzwa kaNhlaka brother of chief Sekethwayo of the Mdlalose and one of the king Cetshwayo’s izinduna,accompanied the army to act as the king’s eyes and so to report both on the performance of the battle.
Nhlka Mdlalose was appointed by the king to establish the Zulu influence in the north western districts during the wars unification.Later on his son Sekethwayo succeded him then later became aprominent isikhulu to both kings Mpande and Cetshwayo.During the invasion of kwaZulu by Britain in 1879 Sekethwayo bravely fought for the kingdom.He continued the fight even after the kig was captured by the British.However he dibanded his army after he received an order through Maphelu,the king’s trusted who was in hiding with him at the Ngome Forest including Mahubulwana who was induna of abaQulusi.In 1880’s Sekethwayo was one amongst the prominent Zulu men who advocated the return of their exiled king from Cape Town.
Sekethwayo kaNhlaka (1814-1883) enrolled in the imVokwe ibutho,Sekethwayo was inkosi of the Mdlalose people and ishukhulu (hereditary chief). He was a member of king Cetshwayo kaSenzangakhona ibandla (council) and was a leading advocate in 1878 of negotiating with the British to avoid war.During the Aglo-Zulu war he made it known to Brevet Colonel,Henry Evelyn Wood that he wished to submit but Cetshwayo sent a force into his territory in mid-Junuary 1879 to ensure he did not.Sekethwayo and the Mdlalose rmained uncommited to the war and he surrendered in August to Baker Russell’s colomn.In the first partation of Zululand,he was appointed one of the 13 chiefs but remained loyal to king Cetshwayo and was active in appealing for his restoration.
The appointed amakhosi in the Nqutu District.
In 1896 the Natal Colonial Government the Mdlalose an indipendent isizwe,along the line of British inderect rule,a section of abakwaMdlalose isizwe in the Nqutu division was given an independent status.In 1896 they were placed under the leadership of Mpiyakhe Mdlalose it should be noted that the main section of this isizwe was resident in the Vryheid district.Isizwe sakwaMdlalose was a well respected one in the kingdom of kwaZulu.They rose to power during king Shaka’s rule in 1896 they were given a separated area and assigned an independent ubukhosi by 1903 they had grown into 986 izindlu.
I like it it is good. Allow me to futher add. “That Chief Sekethwayo was leading and comanding the Ibutho(batallion) called uThulwane during the battle of Sandlwane, He was the comander in chief on the other side of the Battle of Hlobane, together with Ntuzwa kaNhlaka Mdlalose. On 28th March 1879 the people who were hiding in the caves of Ngenetsheni reported that wen the English soldires met the Chief Sekethwayo together with his Ibutho, people sad they had guns and cannons of the English batalions of which people of Ngenetsheni they later heard the clanging of spears and the galloping of horses” this means that the English soldiers ran away with their horses, while history records differently. Inkosi USekethwayo: “Inkuzi abahlabe ophondweni ngaphondoni kwandolelisa,Umyayiza ovele ngasotshanini, Umkhonyo’vikelwa isibili,Umuthi owamila enkomeni, Uqhuphazi wenkwambasi, Obulala engenandaba namnje engenandaba, Umkonto ovikelwa isibili” bengithi nje nqmpu eqhqweni lakithi elizalwa uNhlaka “Ubhudukowisayo engawi ngaphutha ewa ngambomi, usakhamizi ngemikhonto, Umanxeba zinxuluma, Umbambho zinezimfa, Umkhonto uthengwa ngambuzan’ekhayakonina, Uhlabathi zemfule’mkhulu. Inkosi USekethwayo wanemizi (izindlu) ezazinamafama azo ezilapha ko 12
It must be not that the Daugher of Ntuzwa was married to ENdlukulu kaZulu the Mother of King Solomoni KaDinuzulu was called as Mama uKaNtuzwa , and the Daughter of King Dinizulu got married to kwaMdlalose and married to Mthiyabantu Mdlalose from Emadakwa home the grandson of Mgulugulu the brother of Sekethwayo
It is worth knowing that King Cetshwayo his principal wife was Nompaka Mdlalose the daughter of Chief Sekethwayo Mdlalose of which she was known as uSixipe and she was the mother of Princess Beyisile the Daugher of King Cetshwayo.
It must be noted that Mgulugulu Ka Nhlaka (Uqomode olumashiyashiya olikubheka engathi lizokwakhela umuzi) was married to more than 30 wives and His son Masabalala Onjengelanga Udi…lizumpotsho wendoda kwaMadlakazi was having at least 18 wives izindlu were many for his wives I will write indlu nenkosana yayo izindlu are as follows 1. KwaNtombazi uSHumba 2.Emadakwa Mthiyabantu,3 Emabonakuqala Undukuhloshiwe, 4. Ebhekiminqa uGundabesuthu,5.Imbidlimbidli uMxhosheni,6 kwaHlekofileyo Ubadubedube,7.Emabhekeshiya uMbebeza, 8. Emnyameni uMaqotha and indlu yase Empumelelo. the corrections will be done in due cause if there are othe izindlu that are omited. amanyanda asiphilise asilethele nezinhlanhla
USixibi okaThondolozi if we may correct that