Kudala enhla nezwe.laseAfrica kwakunabantu ababezulu befuna izindawo zokuhlala.ezinamadlelo aluhlaza.Isizokhuluma ngaye uMnguni noViva owayemcane.kuthe uMnguni eqhubeka nohambo lwakhe.uViva yena wasala esekhathele elambile futhi.uViva wahamba waze wazithole esese Swazini.Ngalesosikhathi eSwazini kwakubusa aMangwane.inkosi yakhona kuwuNgwane omkhulu.bahlala khona bakhonza kuyena.bathandwa ngoba babelapha.uNgwane ubuse waze wamdala engabatholi abafana.Uze wabathola esegugile wazala abafana.abathathu umangcino wabo kuwuDungunya.uViva naye owaye Cele indawo yokuhlala waye nenkosana yakhe.uThusini.Amadodana kaNgwane omkhulu.ahlatshwa ukugula okubi afa.amakhehla amaNgwane athi uNdungunya indodana ecane ayibaleke ngoba izofa nayo.Mhlazane esuka umtaneNkosi eSwazini wanikwa izinsizwa.ezazizomphelezela nezintombi nezinyanga ezithembekile.kulezozinyanga ezazikhona kwakuwu Gonondo omadala oseqinile.uThusini indodana kaViva.UThusini wayesezele anezingane inkosana kuwuDonda noMlabe.uNdungunya wafela endlele.amaNgwane eholwa undodana wakhe.uMatiwane bahamba bangudla ulwandle njalo.Amadodana kaThusini.wona ayengasathandi ukuhamba noMatiwane.acinga indawo yokuhlala.esahamba uThusini waye segugile kakhulu.wafela eMthini emide wakhwezwa khona futhi.uDonda noMlabe bakhetha ukubuyela eswazini.bahamba bangudla ulwandle njalo.bahlangana nabantu abangajwayelekile.kanti aMaputukezi.kanti sebeseZimbabwe.yatholana phezulu.kwafa amaPuntukezi amaningi.Ilapho noDonda noMlabe bafela khona.kwasala indodana kaDonda uMshelwane owayemcane.wathatha abasinda uMshelwane wabaleka nabo.waze wangena eSwazini.wafica eSwazini sekubusa oDlamini nkosi.esengekho amaNgwane.oDlamini bona laba babebuswa uSomhlola.owayengamazi uViva noThusini boke.wabanika indawo yokuhlala oMshelwane bakhonza kuye.uSomhlala lona wanqoba izimpi ngentelezi kaMshelwane.waze wavukwa umona.wayakuMshelwane ekuseni ngovivi.wathi mfokaThusini ungasalapha muntu.ngomuthi wakho olapha amakhosi kuphela.wavuma uMshelwane
Imvelaphi nomlando wesibongo sakwa Thusini
Sdikadika Thusini Posted new comment January 25, 2022
uMshelwane esuka eSwazini wafikela emzini kaMkabayi kaJama.umkabayi wathi mezwa ukuthi iswazi elazi umuthi.wamthatha wamyisa kuDingane.waqoba izitha ngentelezi yakoDonda.kwathi sekufike amabhunu kwaZulu.uDingane engawethembi kahla.wacabanga isu lokuwathuma.kuze ezobona ukuthembeka kwawo amaBhunu.wawathuma ezweni labeSuthu.wathi akaye kuSgonyela iNkosi yabeSuthu.beyodla izinkomo bazi lethe kuyena.bavuma.esuka amabhunu KwaZulu eyehamba nebhutho Kanye nenyanga yeNkosi uMshelwane.umasebe seduze nomuzi weNkosi.babona inqwaba yabesuthu nebuthulabo abesuthu.basaba uMshelwena kuthiwa wathatha ubulongwe nezintelezi zakhe wanxuba.wazingcoba yena.wacela amabhunu ukuthi akamnike izinsimbi kuze ezomfasa uSgonyela.kwamangala Abantu insizwa yako Donda iqondo nqo.ishiya ibutho emumva.uma ifika kuSgonyela nezinsimbi yafike yathi.woza Nkosi woza Nkosi ngikufake amasongo obukhosi.wavuma uSgonyela edakwe intelezi yakithi.kanti akazi useyaboshwa njalo.lasuka kanjalo lelogama elithi ozankosi.nanakuthi amasongokasgonyela.bamthatha kanjalo kwadliwa nezinkomo zakhe.bezanaye kwaZulu.umasebefika kwaZulu.sekuhlatshwa ezinye izinkomo.uMshelwane hamba emzini weNkosi waze wayobhajwa ngomfula Umsonganyathi osewaziwa ngiMngeni manje.wakha khona umuzi wakhe.udingane wabeka njengeNkosi kodwa yena waqaba.wabeka umganakhe uMqamu wakwa majozi.uyefuthi uMqamu owahlangan nama Bhunu ukuthi akabulawe uMshelwane.ngoba angase amphuce ubukhosi.waye segugile uMshelwane efa wayengasakwaz ukuhamba.kodwa kwathi kufika impi wabaleka wangibela emthini.ingakho namhlanje kuthiwa uMshelwane owangibela emthini engenazinyawo.kodwa akafanga labo wehla wafika kufe abantu abaningi.ezinye zengane zakhe zagcwala amathafa.wasala nendlanzana nje.kwashu kuthi usekhulekakhul wafela lapho kodwa emvakwesi khathi ehlaselwe.BoDonda ngyobuye ngiyobuye ngini bhalele.kodwa inhloso yami ukukhipha incwadi yakoDonda umlando usuka ekuqaleni kusaphila ukhokho uVIVA ubaba kaThusini