Ngicela incazelo yalesaga esithi “Insema isimi ngokhande”?
Anonymous Answered question December 9, 2021
Lesi saga sichaza ukuthi “ubuqili bakhe sebuvele obala”. Ngaphandle kwalokho sinomqondo wokuthi umuntu usephelelwe ngamaqhinga. Abanye base banezele ngokuthi INSEMA ISIMI NGOKHANDE ETSHENI !!
Anonymous Answered question December 9, 2021
Kushiwo kumuntu osehlulekile kulokho akade ekwenza. Kwesinye isikhathi kusho ukuthi usedalulekile, lokho abekwenza sekubonwa yinoma ubani.
Anonymous Answered question June 9, 2021