Ngicela incazelo yalesaga esithi “Iqaqa alizizwa ukunuka”?
Anonymous Answered question June 9, 2021
umuntu akaziboni ubuyena ubonwa abanye kanjengokuthi nje uma umuntu akusolele iphutha naye abuye alenze kuyaye kuthiwe iqaqa alizizwa ukunuka lizwa amanye ukuth ayanuka
Vezi Answered question June 9, 2021
When translated to English Iqaqa alizizwa ukunuka means no polecat ever smells its own stink/stench.
It means as people we see the wrong done by others not us. Ubona ububi obenziwa abanye hhayi wena.
Anonymous Answered question June 9, 2021
Umuntu owenza izinto ezibhedayo akaboni kodwa uyakwaz ukbona abanye abant ukuthi benza okubhedayo kant naye unjalo
sbu Answered question June 9, 2021
Kuyenzeka uthokozele ukwehluleka kwabanye kanti nawe awumuhle kahle esimweni esifuze sona leso.
Jabu Nkosi Answered question June 9, 2021