Ngicela incazelo yalesaga esithi “Isalakutshelwa sibona ngomopho”?
Anonymous Answered question June 9, 2021
Umuntu ongalaleli iziyalo, noma ekhuzwa ubona ngomphumela omubi noma oyingozi.
A big-headed person learns the hard way.
Anonymous Answered question June 9, 2021
Umuntu onenkani nongakhuzeki uma etshelwa uyaye adedelwe enze lokho afisa ukukwenza aze abone ngengozi elinyazwa ilento abekhuzwa kuyo. Uma usizwa, uxwayiswa ngento wena uqinisa ikhanda, bayakhuluma abadala uma usushayekile besho lesisaga ukuthi inkani iyabulal.
Vezi Answered question June 9, 2021
Umuntu ongalaleli iziyalo, noma ekhuzwa ubona ngomphumela omubi noma oyingozi.
Menzi Answered question June 9, 2021