sihle isthembu ngoba kuso nimunye ngisho nasedlozini futh i nibhekekile akukho ozodida umoya wesibongo njengoba kwenzeka emjolweni lapho omunye engenisa endlini umoya ongesiwo wesibongo ongabikwanga bese kubhidanisa izinto zomndeni
kusiza nasekunakekeleni isifazane esiphinda phinda isilisa ngesibalo ngaphandle ke kwalabo abzicabangela bona bebodwa (selfishness) umuntu engacabangi ukuthi bekuzoba njani uma bekunguye ongatholanga umaqondana
kuningi nje okungabalwa ngobuhle besithembu ngaphandle nje komqondo wokwandisa inzalo.
Norman Ngwenya Answered question August 1, 2022