Ngicela ukwazi ukuthi lesaga esingenhle sisho ukuthini?
Anonymous Answered question April 22, 2021
kusho ukuth uma ngabe uhambile noma ungekho ngakini kumele wamukele isimo sakuleyo ndawo oyihambele ungabe usufuna izinto zenzeke ngendlela ezenzekalayo ngakini
isibonelo : uma uzazi ukuth uynkosi ngakin(eNyukhasela) ungalindeli ukuth abantu bakuhloniphe eBergville noma bakuphathise okwenkosi.
Yini-le eth ingahamba idle udaka?
Kusuke kushiwo impi(amabutho)
kuthiwa uma mhlawumbe ilwe yaze yafika kwelinye izwe yayize idle udaka ngoba ukudla kwase kuphelile kunanesomiso kulezo ndawo kuthiwa babewudla impela udaka ukuze bebe nokuthile eziswini kuze baqhubekele phambili.
Anonymous Answered question April 22, 2021