Izithakazelo zakwa Jili / Jili Clan Names / Jili Praise Names
Manto Answered question January 28, 2022
jila, gcumisa, ngwazi, minadela,mgcubhuza, saphulamuntu ngomzima. wena webhabha elikhwelayo, wena kamnduze omacucu, wena ka bhovungane ozalwa umaganyane, wena kamathanga awahlangani ahlangana ngoba ebona indoda, wena kagagaqikili uqikili wezifunda, wena kavundisizintaba, wena kasibumbu singqulunga singakanani.
hlengiwe jila Answered question January 28, 2022
Masengwa
Qabase
Vilakazi
Mphephethwa
Nkom’esengw’ilele ngoba uma imile iyakhaba
Nomjoli
Binda
Ntombi engaqomi kwaJili iyogana impaka nesikhova
Gqagqangene
Nkosi Answered question January 28, 2022