Izithakazelo zakwa Maphanga / Maphanga Clan Names / Maphanga Praise Names
Thobeka Answered question February 18, 2022
Video of Izithakazelo zakwa Maphanga – https://www.youtube.com/watch?v=66BABX1a714
Mlu Answered question February 18, 2022
- Maphanga,
- Mkhwalobe,
- Mkukhu,
- Ngininza
- Mhlongomvula,
- Hlokozabafo,
- Makikinini.
Anonymous Answered question February 18, 2022
Izithakazelo zakwa Maphanga
Mnguni,
Qwabe, Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!
Sindile Gazu Answered question February 18, 2022