hi bengicela kuth thina kwa Xaba sihlukile na kuno Xaba abathi mabethakazelwa bafake u Shwabade. ngoba ekhaya kith kwa Xaba sifaka uMthiyane
Nazi engizaziyo mina
Nonkosi
Mashwabada
Owashwabadela izindlubu namakhasi
Washwabadela inkomo nezimpondo
Wena owasobodela indlubu namakhasi
Abahlephulisinkwa siyebandla
Basebethi sihleshulwe umtwana
Kanti sihleshulwe nguMlandakazi
Nomboko zinde
Mlotshwa
Nina bakwaSinxe siyakhathala
Nonkosi omuhle nonyawo lwakhe
Zala kubusa nokuncishana
Bengicela ungazisa ubuhlobo obukhona phakathi kwabakwa Xaba,Mlotshwa kanye noMsimango ngyabonga🙏
Nonkosi unjani
Ngithanda imizamo yakho
Uthi bewazi ukuthi ngaphezu kwezi
Thakazelo thina maShwabade sinezi thopho.umlando wethu usuka ema Ngwaneni,emaHlubini,emaZulwini uze ufike nakaXhosa
Ngiyabonga
Yimina uLangalibabe Xaba
Ngiyatholakala ku 0817548546
As far as i know sisi..uXaba munye umhlaba wonke..so asehlukene kushiyana ulwazi nezindawo kphela