Izithakazelo zakwa Zikalala / Zikalala Clan Names / Zikalala Praise Names
Sihle Answered question January 14, 2022
Hai mina ngazi :
uZikalala khuze elikhulu cebisa amabhengela wena owagwaza indoda yanyela emphandelweni, anyway oZikalala kukhona oZambode bamagugu neSikhwishi kungenzeka ukuthi lona owabhala lana uyisiKhwishi, mina nginguZambode wamagugu
mazwi Answered question January 14, 2022