Izithakazelo zakwa Zikhali / Zikhali Clan Names / Zikhali Praise Names
Ukhanyile Ngwane akahlobene namaNgwane Hlongwane,Zikhali, Sangweni,okhanyile basebenzisa igama likakhokhowabo uNgwane bona bahlobene Mchunu,Langa nabanye
Wothi Hlongwane ngwane engwadi kamasingasileka ndukuzinobulongwe zikhali sangweni mwelase masumpa ndungunye ongawelanga ngazibuko owawela ngezimpambosi zomfula sangwelibanzi elivalwe ngezihlangu zamadoda ngwanomhlophe njengezihlabathi zolwandle niba bakamatiwane ka tshani
Zikhali, Khanyile, Sangweni, Hlongwane, Mdladla, Sogodi, Ngwane. NgabathembuSangweni, Ngwane , Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina
bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane
MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni
Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa ,
ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude
obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle
Zikhali,
Ngwane kaNgwadi,
Masumpamasenga,
Silekanduku zinobulongwe,
Nina besizwe sikaMatiwane,
USozisela kaMasumpa noTshaninina bebutho likaSangweni
Uzikhali ezingalingani nezamaxhegwana
Sangw’ elibanzi elingawelwa ngabantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
Luwelwa Izinkonjane ngoba zona zihambela phezulu!
Kuthiwa “Sangweni” hhayi “Sangwani”