Izithakazelo zakwa Zikhali / Zikhali Clan Names / Zikhali Praise Names
Nduduzo Answered question January 14, 2022
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina
bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane
MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni
Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa ,
ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude
obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle
Dudu Answered question January 14, 2022