Izithakazelo zakwa Zwane / Zwane Clan Names / Zwane Praise Names
Ntsele kaLindaMkhonto, Mthanti!
Nduna ngokuthwalisala sentsele
UNtselakangakanani
Ngoba nasothini lomkhontangahlala
Nineniphakelumyenodengeleni
Ngoba ningabeNkosi
Zikode kaNdabantsele
Wena kaMafu
Kalinganophansi nophezulu
Mangethe!
Mtungwa oluhlaza
Nina bakwaMngunikazi ngilinde
Ngiyothathezami
Nina bakwaMfazoshayabafnekwaluseni
Ngingakaze ngimbonolokotha lesosenzo
Magugu kaNtsele
Mpisethathamathole
Mthamiya sicongo
Nina bakaVezi
Owadlisihlahla njengengwababana
Mbulazi waseNtseleni
Odlumuntemyenga ngendaba
Nina bakwaQhina ladla liguqile
Phansi kwetshe laseTshenteka
Dlula kulendawo!
Izithakazelo zakwa Zwane
Zwane
Mangethe
Linda Mkhonto
Umafa avuke
Zikode kaPhikela
UZwane akadlelanga phansi
Wadlela emkhombeni Wezinyamazane
Edla im’hlambi yezinkomo zamadoda
Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele
Bathi uZwane udleni kwaMtambo?
Kuthiwa udle izinjana zimbili
Zigcwele umdakana!
Ntshosho!
Wena Kamafu kawalingani- angaphansi naphezulu
Ngoba aphezulu angubo ngubo!
Ntsele kaLinda kaMkhonto!
Mangethe
Zikode
Phikelela
Ntshosho
Nsele kaLindamkhonto
Nina bakwaVezi
Mthanti
Wena Wasetsheni
UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeniwezinyamazane, Edla imihlambi yezinkomo zamadoda
Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele
Bathi uZwane udleni kwaMtambo?
Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana
Ntshosho!Wena kaMafu kawalingani
Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo
Ntsele kaLinda kaMkhonto
Awungilinde ngilande ezami eZungeni
Mthanti
Nduna ngokuthwalâ isila sensele
UNtsele kangakanani, Ngoba nasothini lomkhonto angahlala
Isikhova singathi,âhhiâ sibona imihlambi yezinkomonabantu
Ninâenadlelâencazeni
Ninâeniphakelâumyeni odengeleni,Ngoba ningabenkosi
Zikode kaNdabansele
Mabhayi kawalingani nawangaphansinawangaphezulu
Mangethe
Nina bakaVezi Owadlâisihlahla njengengwababane
Nselenduna nina basetsheni laseNtshenteka
Mandaba,UkubâuMandaba wayengehlanga phezulu saso buswaubani
Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka
Ezathi zidlâubhoqo kanti ziyawuhlakulela Ntshosho
Nina BaseMangweni!
Mangethe