Ukuqhuba intwala ngewisa 👈🏾 ngicela ukubuza ukuthi lesisho sichaza ukuthini?
admin Changed status to publish July 6, 2021
Ukwedelela
Ukuqhuba intwala ngewisa kusho ukwedelela okukhulu
Isibonelo : Akadeleli akadeleli umfoka Khuni uqhuba intwala ngewisa.
Isibonelo : Insizwa lapha ikhuluma nesesheli sentombi yakhe
Hheshe mbhemu umthetho wakho uqhuba intwala
ngewisa vele? Sengikubone izikhathi eziningi uhamba noMbali. Niyathandana noma usamshela?
admin Changed status to publish January 20, 2021