Ukusenga inkomo nenkonyane 👈🏾 ngicela ukubuza ukuthi lesisho sichaza ukuthini?
Isisho esithi “Ukusenga inkomo nenkonyane” singaletha ukudideka okukhulu uma usithatha ngendlela osibuka ngayo. Okokuqala inkonyane ayisengwa ngoba isuke ingakabi sezingeni lokuzala futhi ayinalo ubisi. Inkomo yona ingasengwa ngoba indala futhi nenkonyane kusuke kungelayo. Ukusenga zombili kuyinkinga engaphezu kokwenza. Lokhu kukhuluma kungaphezu kokwenza kanti futhi kungenziwa umuntu onomqondo omfushane. Yingakho nje kushiwo kumuntu ongenaso isimilo. Umuntu ongenaso isimilo angeke anqena ukuthi athandwe owesimame kanye nendodakazi yakhe ngesikhathi esisodwa.
Ukusenga inkomo nenkonyane kufana nokudla uhlanga neskhwebu ngesizulu esiqosheme ukuthandana nomama nendodakazi noma ubaba nendodana