Sanibona, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha amaphoyisa?
Anonymous Answered question August 19, 2021
Amaphupha anezincazelo ezahlukene, kukhona lezo eziqondile kuphinde kubekhona nalezo ezifihlekile. Ukuphupha amaphoyisa kusho okungekuhle, okungabalwa phakathi kwakho izitha zakho, noma ke isifo esiza koseduze nawe. Uma uphupha ukuthi ubona amaphoyisa noma amasosha, kusho ukuthi kunento embi esazokwenzeka. Uma ulwa noma uxoshwa ngamaphoyisa lokho kusho ukuthi kunezitha ezikuthakathayo noma ezikugadla ngemithi.
admin Selected answer as best October 13, 2020
Ukuphupha amaphoyisa ehamba nothisha wakho omsulwa Kanye nomngani wakho,uthi uyazama yokuhamba nabo usale kusho ukuthini
Namelo Answered question August 19, 2021