Sanibona, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha udutshulwa?
Anonymous Answered question September 15, 2021
Uma uphupha ukuthi ubona inhlamvu yesibhamu kuyibhadi uma uyibona kuphela kodwa yinhlanhla nempumelelo othandweni uma udutshulwa ngayo.
admin Selected answer as best October 12, 2020
- Ukuphupha ugejwa izihlamvu zezibhamu Zabantu abaningi,uloku uvika nje
Mpume Answered question September 15, 2021
- Ngiphuphe sihleli sibaningi kwaqhamuka umfana wakhipha isbhamu wathy ngaphinda ngahlupha bhabha ngizofa wakhipha isbhamu nomunye besihleli Naye wasikhipha sajike sabaleka wathy isbhamu esami lomuntu wangifica wangidubula ngasemqaleni
- .
Sbonelo Answered question February 15, 2021
Ukuphupha udutshulwa abantu abahamba nge Moto, bakudubule ethangeni usale unomgodi wesilonda kodwa inhlamvu ingekho
Lungi Answered question January 10, 2021