Sanibona, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu oseke wathandana naye phecelezi i ex yakho?
Anonymous Posted new comment June 14, 2022
Kusho kutsi ukusebentisela umutsi, uyageza abite ligama lakho, ngoba ufuna nibuyelane noma kusho kutsi wahlukana naye usamtsandza
Sanibona kuthy ukuthini ukuphupha I ex yakho I phethe ubhanana oluhlaza..Ize ikuphe oyodwa..
Ebese ithi ekugcineni lengane ayikhulelwe .leyokuqala endala eyami.ekubeni ongakaze wangitshela kuthy sinengane?
Bongani Gumede Answered question February 14, 2021
Sanibon kusho ukuthini kuphupha i x yakho nibuyelene kukuhle nje