Ngabe kusho ukuthini ukuphupha omunye umuntu enqunu?
Anonymous Answered question June 27, 2022
Uma uphupha umuntu engagqokile okungabe uyamazi noma awumazi: Lokhu kuchaza ibhadi elihambisana nesichitho eliza kuwena. Kokunye kuyenzeka kuvele umuntu omaziyo kwenzeke kube uyena okuphosa ngesichitho. Leliphupho lijwayeleke kubantu besifazane ababanga isoka.
Mamlambo Posted new comment April 10, 2022
Ubhekana kanjani nalesosimo kuze kungenzeki lokho
Kuthetha ukuthini ukuphupha umntu eveze impundu