Imvunulo yobuhlalu inhle. Ubuhlalu, behlukile, kuya ngesigodi noma ngesifunda bese kubonakala umehluko.
Kuyenzeka umbala owodwa wobuhlalu uhumusheke ngezindlela ezingaphezu kweyodwa kwenziwa ukuncikana kwemibala ethile
Umbala obomvu : Lo mbala uveza inhliziyo elokhu yethembekile esithandweni sakhe. Wona lo mbala ungasho ukunxusa ngenhliziyo inhliziyo ezehlisileyo. Kokunye wona lo mbala ungasho umzwelo obuhlungu nonya nolaka.
Umbala ophuzi: Usho ukuceba umnotho, usho insimu, usho umkhiqizo kanye nokuba nenzalo. Kanti wona lowo mbala ophuzi ungasho ukoma emphefumulweni umuntu omele uthando. Ubuye usho ububi benhliziyo nokuluphala emphefumulweni.
Umbala oluhlaza satshani: Lona usho ukwaneliswa othandweni nenjabulo yomndeni. Wona lo mbala oluhlaza ungasho ukugula nokungaxhumani ngezinhliziyo.
Umbala omnyama: Ungachaza umshado nokwanda. Kanti wona lowo mbala omnyama ungahumushwa ngosizi, ukuphelelwa ithemba kanye nokufa.
Umbala obukhwebezana: Ungasho umuntu wozalo oluphezulu, isifungo nesethembiso.
Red Beads – Connects us to our Blood Ancestors (Mnguni and Mndiki). Usually worn for protection. Represents the blood that was shed amongst the times our Ancestors lived. Usually worn by iZangoma nabo Mthandazi/Prophet
White Beads – Connects us to our Blood Ancestors. Brings peace and new things. Represents healing amongst the Ancestors. Usually worn by iZangoma nabo Mthandazi/Prophet.
White with Red line beads – Connects us to our Blood Ancestors. Brings and represents peace and healing over the blood shed and fights. Usually worn by iZangoma nabo Mthandazi/Prophet.
Yellow Beads – Connects us to our Blood Ancestors. Brings brightness and something new. Uplifts the Ancestors. Usually worn by iZangoma nabo Mthandazi/Prophet.
Blue Beads – Connects us to our Blood and Water Spirits (Ndau). Brings and represents peace and healing. For those who have Isithunywa. Usually worn by iZangoma nabo Mthandazi/Prophet.
White with Blue Line beads – Connects us to our Water Spirits (Ndau). Brings and presents peace and healing. Usually worn by iZangoma nabo Mthandazi/Prophet.
Black Beads – Brings Strength. Blocks off bad spirits. Fights away witchcraft and negative energies. Usually worn by iZangoma.