Yini ukhukho uma lumuka nomoya lusuke lwenzani, lenkulumo isetshenziswa uma kunjani?
Donovan Answered question June 9, 2021
Ukhukho ucansi lolu olakhiwa ngamagcema uma kuthiwa ukhukho lomuka nomoya kusuke kubatshazwa noma kushiwo kumuntu uma engula kakhulu mhlambe sekusele umdondo kube kuyaphela ngaye emhlabeni
Anonymous Answered question June 9, 2021
ukhukho icansi, lusuke lupheshulwa umoya uma sibeka ngenkulumo esobala, ( uma umuntu egula elele ecansini( okhukhweni) sekubonakala ukuthi akasezo sinda ekufeni okumphethe )
Anonymous Answered question June 9, 2021
ukhukho icansi uma lumuka nomoya umunt usuke usehamba
Anonymous Answered question June 9, 2021
Kushiwo kumuntu osegula kakhulu umphefumulo ongaphuma noma inini.
Vezi Answered question June 9, 2021