Ngabe kusho ukuthini ukuphupha amakhandlela?
Ukuphupha amakhandlela
Imibala yamakhandlela imele izimo ezihlukile:
-ukuphupha ikhandlela elimnyama, umsebenzi walo ukususa amabhadi. Uma ukhathazekile uyakwazi ukulayitha ikhandlela elimnyama bese uyakhala, izinyembezi zakho zihamba nekhandlela.
-Ikhandlela elimhlophe liletha ukukhanya, livule, licacise izinto.
-Ukuphupha ikhandlela elibovu or elibomvu, ikhandlela eli red limele uthando, amandla, ikhandlela lezitha. ikhandlela lokubuyisa indoda noma intombi , uma unezitha ukhanyisa ikhandlela elibomvu ulibhekise phansi ukhulume kulona.
-Ukuphupha Ikhandlela eliluhlaza – green candle – ikhandlela le mali, ikhandlela lomcebo, ikhandlela lempumelelo, umshado , nomendo. Elokuthola umntwana lelikhandlela. ikhandlela lezicelo, uma kukhona okufuna ukukucela. Amakhandlela agreen iwona lawa abizwa ngamakhandlela enhlanhla.
-Ukuphupha ikhandlela eli yellow or eliyellow – ngesizulu umbala oyellow sithu uphuzi noma uqanda , umsebenzi walekhandlela ukufunda esikoleni nokunqoba abantu. Amakhandlela a yellow ayakhanyiswa nakwi ladi ahlanganiswe namakhandlela a white.