Ukuphupha udla amakhekhe, kungenzeka uphuphe ubona or uphiwa or unikwa or unikezwa amakhekhe. Ukuphupha unikwa into kuyaye kuchaze isipho onikezwa sona. Ngaphandleke uma uzophupha uphiwa into embi engathandeki. Ngabe kusho ukuthini ke kona ukuphupha ikhekhe, Ngabe kuhle noma kubi ukuphupha ikhekhe? Kungenzeka kube yikhekhe le birthday noma elomshado noma ama’scones noma ucezu lwekhekhe. Ukuphupha amakhekhe kuyinto enhle kusho ukuthi kukhona okuhle okuzokwenzeka kuwena. incazelo yesibili yokuphupha amakhekhe kungachaza ukuthi abantu abadala balambile.
- UKUPHUPHA IKHEKHE LOMSHANDO ONKANYE LE BIRTHDAY : LISHO UKUBA NENHLANHLA EZOKWEHLELA EYISIMANGA KUNGENZEKA KUBIKA UKUTHI UYOSHANDA
- UKUPHUPHA AMAKHEKHE OMUBHAKO NJENGAMA QUEEN CAKE:LOKHO KUSHO UKUTHI KUMELE WENZE ITIYE LABANTABANDALA
Ukuphupha amakhekhe ano cream inhlanhla leyo uma usuwaphupha nama fruit kungenzeka ukuthi kukhona okhulelwe osendelene naye noma ohlobene naye
Kuchazani ukuphupha Umuntu wakini ongasekho epheka amagwinya
Ukuphuma unika izingane nabantu abadala abaphilayo amakhekhe angavuthi kahle
Uma uphupha ukuthi udla ikhekhe kusho ukuthi uzoba nenjabulo empilweni yakho.