Ngabe kusho ukuthini ukuphupha amanzi amnyama?
Anonymous Answered question May 14, 2021
Ukuphupha amanzi ewudaka olumnyama kungasho isifo ozosizwa noma kungasekhona nje emndenini wakho. Kwesinye isikhathi kungasho ukuthi kukhona othakathayo emndenini wakho ophehla amanzi amnyama.
Anonymous Answered question May 14, 2021