Ngabe kusho ukuthini ukuphupha amanzi ephuma empompini?
Anonymous Answered question September 16, 2021
uma uphupha amanzi ephuma empompini kubika uxolo ekmele ulenze nomuntu ongazwani naye.
Anonymous Answered question May 14, 2021
Ukuphupha ukha amanzi enpompini noma ubona umpompi uphuma amazi lokhu kubika inhlambuluko okumele yenziwe ekhaya lakho kanjalo nasezidalweni zakho. Kusuke kukhona izidalwa zasekhaya lakho ezaxabana zisaphila emhlabeni zaze zabe ziyadlula emhlabeni zingaxolelananga lokho kuyaye kube ngumthelela omubi emndenini ophilayo niphile ngokuxabana nodwa. Lapho kusuke sekudingeka uzihlambulule izidalwa zakho. Ayenziwe inhlambuluko.
Mamlambo Answered question May 14, 2021