Ngabe kusho ukuthini ukuphupha amanzi?
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha amanzi amaningingi ahambayo
Ngiphuphe kuvuleleke amanzi eBathroom iStopper sivalile, manginhena endlin ngyzwa ukuth amanzi ayahaza aseyagcwala asezophumela e-passage ngaphuthuma ngisizwa ingane yasekhaya ngavula iStopper, ngavala impopi amanzi ancipha aze aphela.
Emfuleni kulapho kuhlala khona amadlozi amabili, umfula ungase ukhombe ukuthi useduze nedlozi, kungase kube izinkomba zokuthi kumele uthwase. Ukuphupha amanzi empophoma/impophoma kungachaza imimoya yokuthi unamadla okuba ngumthandazi noma unemimoya yokuba yisangoma. Amanzi asetshenziselwa ukuhlamba/ukuwasha/ukukilina leliphupho lingachaza futhi ukuthi ukilini.
ukuphupha ulwandle engathi uyabhukunda kulona – kuchaza ukubusiswa yidlozi futhi kungasho inhlanhla. Read more dreams below
Ukuphupha amanzi kusho ukuthini.