Sanibonani. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukubona umyeni wakho edubula ingane yenu encane?
Sma Answered question January 18, 2022
Uma uphupha ukuthi umuntu unesibhamu ngemvamisa kusho ukuthi kunenkathazo ezayo. Uma usizwa sidubula kusho ukuthi kuzoba nokulwa empilweni yakho maduzane. Esimeni esinjengesakho kusho ukuthi kusuke kukhona umbango phakathi komyeni wakho nengane ophathelene nawe. Ngabe Ubudlelwane phakathi komyeni wakho nengane Kumi kanjani ngokubona kwakho?
admin Selected answer as best October 13, 2020
Nami ngicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukubona umuntu odumile (celebraty) lidubula abantu obaziyo , umunye ashone same time , bese kuth omaziyo asinde kodwa abe sesimeni esibucayi ngangokuth engafun ukusizwa
anonymous Answered question January 18, 2022
Ngicela ukubuza kuchazani uma ngiphupha isibhamu siphethwe imina?
Gawuzin Answered question August 22, 2021
- Ngiyabonga kakhulu, kodwa ingane incane kakhulu ina 3 years. ubedubula nge silencer gun.
Sma Answered question September 18, 2020