Ukuphupha omunye umuntu ekhulelwe, lokho kuyibika lokuthi kukhona into noma izinto okungezakho ngokufanelekile kodwa ezisezandleni zomunye umuntu. Kepha esikhathini esingeside leyonto izobuyela ezandleni zomnikazi wayo. Kungaba yinto eyifa kuwena noma kube yinto eyakulahlekela esikhathini esedlule, kanti futhi kungaba yisikhundla esanikezwa omunye umuntu ngendlela engasibo ubulungiswa okuzovela njengemfihlo bese sibuyela kuwena.
Ngiphuphe ngikhulelwe ngiyi ntombi ngi Alisa kuth ngikhulelwe kanjan ngingakashadi ngoba bengifisa ukufika emshadweni ngiyi ntombi ngibalisa nomuntu bengithanda ngith ncono Kuba lengane engithwele eyakhe shuth thina naye ngeke sisaphelela ngoba senith ngane yomunye muntu
Ukuphupha umuntu egqoke izingubo zezangoma
Ngiphuphe ngikhulelwe but isisu sakhon siphinde sacithetha
zibuya kanjani lezizinto