Kuchaza ukuthini ukuphupha umlungu?
Ukuphupha umlungu yibhadi kwabanye abantu…nizoxabana nomuntu wakho…noma abantu osondelene nabo
Kade ngenza ucwaningo ngibuza abantu abaningi abazi ngamaphupho,
abanye bathi ukuphupha umlungu yinhlanhla abanye bathi ukuphupha umlungu yibhadi. Abanye bathi ukuphupha umlungu kukhomba isilwane.Ngokubona kwami kuncike ekutheni umlungu osephusheni lakho ukwenzani noma wenzani. uma ekuncoma noma ekujabulela izinto zakho zizohamba kahle, uma uxabana nomlungu wakho ephusheni kusho ukuthi izinto zakho azizohamba kahle. Uma uphuphe umlungu ekushaya noma ekukwebha, isilwane leso kumele uyosikhipha.
I had a dream like that but mina bengizibuka esibukweni kodwa kudos ngiyingane nje (teenager) wearing skimpy clothes (shorts)
Ngiphuphe nihamba emfuleni omkhulu amanzi encwebile ishkabathiclean bengenyukamina ugeleza ubhekezansi ngabonga isandlasomuntu ogqithwe ihlabathi kuvele usandla esifumbethe kubonakalengathi ulelengesisu ngithengisethukile nganyuka ngabonga sebebabilikebelelengesisu amakhandabo ebhejezanzi lowokuqala belelsakuvudla lababawuthu bebelele ngezisunabobebekezansi kuchazanikelo ngithengiphilemfilengamba endkeliyesizulu eyenyukelayi ngathibangiphumelaphezulu ngabukangaphesheyakwalomfula ngabonomunye umlungu omdala onentshebemhlophe ubehleliphansikwewa emukelabengihambakhona bengiohethe uplastik onempuphu ngayiyichithasakuchelapha ngiqubekanohambholwami ngiphsmesengyongenehlathini nempuphu bisincane eplastikini ngabele to ichazukuthini?
Kuchazani ukuphupha ingane yomlungu imoyizela isewindini lakho ikubuka ulele? Uma uvuka uphuma uyibheka uyithole ingasekho?
ukuphupha umlungu esithi sayina (sign) endaweni enesikhundla esiphezulu ngathi mina ngizobe ngisayina kweyoba ngu cashier ngoba ngingazi ukuthi yisiphi leso sikhundla siphezulu asitshoyo ngabe kuchazani?
Kusho ukuthini ukuphupha umlungu weslisa omaziyo kodwa akhulume nawe kukahle nje
Kuchaza ukuthin ukuphupha umlungu oyi politician odumile esekhaya engadini ekha imfino, umalume wami use esecela use umsebenzi kuye.
Kusho ukuthini uma nenza ucansi naloyomlungu ephusheni, futhi ezifunela?
Ukuphupha ushelwa Umlungu kusho ukuthini?
Kusho ukuthini ukuphupha wenza ucansi nomlungu osegugile?
Mina ngiphuphe umlungu one ngane yomfana e paki sixoxa nje
Mina ngiphuphe umlungu sibhaka amakhekhe and ekuseni uma ngiya emsebenzini ngambona loyo mlungu
Ukuphupha abelungu?