Kuchaza ukuthini ukuphupha umlungu?
Ukuphupha umlungu yibhadi kwabanye abantu…nizoxabana nomuntu wakho…noma abantu osondelene nabo
Kade ngenza ucwaningo ngibuza abantu abaningi abazi ngamaphupho,
abanye bathi ukuphupha umlungu yinhlanhla abanye bathi ukuphupha umlungu yibhadi. Abanye bathi ukuphupha umlungu kukhomba isilwane.Ngokubona kwami kuncike ekutheni umlungu osephusheni lakho ukwenzani noma wenzani. uma ekuncoma noma ekujabulela izinto zakho zizohamba kahle, uma uxabana nomlungu wakho ephusheni kusho ukuthi izinto zakho azizohamba kahle. Uma uphuphe umlungu ekushaya noma ekukwebha, isilwane leso kumele uyosikhipha.
I had a dream like that but mina bengizibuka esibukweni kodwa kudos ngiyingane nje (teenager) wearing skimpy clothes (shorts)
Ukuphupha abelungu?