Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho ephila?
Hi Nali elinye ngiphuphe ubaba ongizalayo ongasekho. Kungathi sonke ekhaya siqgoke ingubo ezimyama siyalungisa Siya engcwabeni wakhe ubaba kodwa Naye ukhona la uthi asisheshe
Hai celukbuza kusho kthini ukuphupha ukhulu wakho engasekho ekujabulela engathi nihlezi naye endlin
Abantu abangamaZulu bakholelwa ekutheni umuntu ohlobene naye ongasekho emhlabeni uyidlozi futhi uhlonyishwa kakhulu. Uma umuntu eshona, kukholelwa ekutheni uyahamba uya kubantu base mndenini wakhe asebashona. Kukholelwa ekutheni bazoba ndawonye babheke laba abasaphila emhlabeni. Abanye abantu bakholelwa ukuthi amadlozi angumxhumanisi phakhathi kwabuntu abaphilayo noNkulunkulu, nokuthi basebenzisana noNkulunkulu. Abantu abangamaZulu bawahlonipha kakhulu amadlozi futhi bakholwa ukuthi fanele zenziwe izinto ezifunwa amadlozi ukuze izinto zihambe kahle empilweni njengoba wona esondelene noNkulunkulu. Izangoma ziyabasiza abantu ukuthi bazi ukuthi amadlozi abo afunani kubona, njengokuthi kudingeka usiko elithile, abantu abangasekho bayafika nangephupho. Abantu abadala bayakwazi ukuhlaziya amaphupho, bayakwazi ukusho ukuthi amaphupho asho ukuthini.
Uma uphupha umuntu ongasekho owumndeni noma ubekade ewumngani nawe, ekutshela ukuthi ulambile noma uyagodola, kudingeka enzelwe umsebenzi. Uma lowo muntu omuphuphile ebekade ewu mngani, uyahamba uyotshela umndeni wakhe bese kuba yibona abamenzela umsebenzi. Uma umuntu ongasekho efika kuwe ngephupho, efika esesimeni esihle, emamatheka futhi ehleka nawe; kukholelwa ukuthi uzoletha izinhlanhla. Uma ubanamaphupho amaningi ngabantu asebadlula emhlabeni basemndenini noma uba namaphupho ongawaqondi, ungaya ukuyobona isangoma bese sona siyakutshela ukuthi kudingekani
Sawubona
Cela ukubuza ngiphuphe indlu yakamakhelwane iwa kdwa hayi yonke
cela ukubuza kusho ukthini ukuphupha umawakho ophilayo evakashelile ayetoilet mese uthiuyamphakela, athi usuthi yena omalume laba abangasekho baphakelile wadla usuthi, lisho ukthini leli phupho
Cela ukubuza kusho ukuthini. Ngphuphe ngithela nesizulu ethuneni likababa wavuka.
Kusho ukuthi Kade wagcina ukubenzela umsebenzi
“Maslow questions and answers – PYC2601 – Personality Theories (PYC2601) – Stuvia SA” https://www.stuvia.com/en-za/doc/478941/maslow-questions-and-answers
Ngiphuphe ugogo engangi khulumisi ngimbingelela
Ngiphuphe ngibona ugogo wami ozala umama gwiqiqi uma ngimxhawula wangugogo ozala ubaba nonke sebashona laba, kwasekuvela umama omncane wami owendlu encane komama wanganga.
Ngabe kushu ukuthini ukuphupha ubaba wakho ongasekho emhlabeni engena endlini ohlala kuyona njengesela bese niyamxosha aze ashiswe NGO gesi
- Ngiphuphe ubaba engasekho emhlabeni, kungumgcwabo wakhe, kukhona nebhokisi.. okungixakayo ukuthi ubaba usaphila
Hi ngicela kubuza kusho kuthi I kuphupha udadewenu ongasekho ngathi benihleli Naye endlini ningenelwe igebengu zimbambhe zimkhombhe ngommese wena ukwazi kubaleka uyofuna usizo kodwa uphaphame ungakafiki ekhaya