Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho ephila?
Hi Nali elinye ngiphuphe ubaba ongizalayo ongasekho. Kungathi sonke ekhaya siqgoke ingubo ezimyama siyalungisa Siya engcwabeni wakhe ubaba kodwa Naye ukhona la uthi asisheshe
Hai celukbuza kusho kthini ukuphupha ukhulu wakho engasekho ekujabulela engathi nihlezi naye endlin
Ngiphupha ngomalume wam ongasekho kaninzi okokuqala uthi ukhathele ufuna ukuphumula ,aphinde athi akakwazi kuhlangana nabanye ngoba unamanxeba ,phinde ndimbone egula kakhulu kodwa azibambe kukhona abantu abacula ingoma zecawa benxibe izivatho zase tshetshi black an white becula kumnandi abesebachazela ukugula kwakhe,futhi nginokuphupha ngikhuleka nginikezwe ikhandlela elimhlophe kubekhona nezwi lithi kumele usebenzise iswasho,Maninzi lamaphupho
Hi ngicela kubuza kusho kuthi I kuphupha udadewenu ongasekho ngathi benihleli Naye endlini ningenelwe igebengu zimbambhe zimkhombhe ngommese wena ukwazi kubaleka uyofuna usizo kodwa uphaphame ungakafiki ekhaya