Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho ephila?
Anonymous Posted new comment May 26, 2022
Hi Nali elinye ngiphuphe ubaba ongizalayo ongasekho. Kungathi sonke ekhaya siqgoke ingubo ezimyama siyalungisa Siya engcwabeni wakhe ubaba kodwa Naye ukhona la uthi asisheshe
Hai celukbuza kusho kthini ukuphupha ukhulu wakho engasekho ekujabulela engathi nihlezi naye endlin
Kungabe kusho ukuthini ukuphupha ubabawakho ongasekho mhlabeni uma uzama ukuxoxa naye nobabili kungenzeki kubengathi khona into enivimbayo kodwa uma ninabantu niyakwazi ukukhuluma.
Luh Answered question August 18, 2021
Hi ngicela kubuza kusho kuthi I kuphupha udadewenu ongasekho ngathi benihleli Naye endlini ningenelwe igebengu zimbambhe zimkhombhe ngommese wena ukwazi kubaleka uyofuna usizo kodwa uphaphame ungakafiki ekhaya