Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho ephila?
Anonymous Posted new comment August 8, 2022
Hi Nali elinye ngiphuphe ubaba ongizalayo ongasekho. Kungathi sonke ekhaya siqgoke ingubo ezimyama siyalungisa Siya engcwabeni wakhe ubaba kodwa Naye ukhona la uthi asisheshe
Hai celukbuza kusho kthini ukuphupha ukhulu wakho engasekho ekujabulela engathi nihlezi naye endlin
Cela ukubuza kusho ukuthini. Ngphuphe ngithela nesizulu ethuneni likababa wavuka.
Anonymous Answered question May 1, 2022
Hi ngicela kubuza kusho kuthi I kuphupha udadewenu ongasekho ngathi benihleli Naye endlini ningenelwe igebengu zimbambhe zimkhombhe ngommese wena ukwazi kubaleka uyofuna usizo kodwa uphaphame ungakafiki ekhaya