Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho ephethe ingane?
- Ukuphupha unengane encane, usana noma ukuphupha ingane encane or umntwana , leliphupho lisho inhlanhla enkulu ezokuvelela ingane encane yinhlanhla
- ukuphupha ukhulelwe /uzithwele kuchaza ukuthi izindlela zakho zimhlophe, kunento enhle ezovela empilweni yakho, ezayo , yilindele iyeza
- ukuphupha ukhulelwe amawele , izindaba ezinhle kakhulu lezi, kunento ezayo empilweni enhle kakhulu ezokumangaza
- ukuphupha uphethe ingane, izipho lesi siyeza soon leliphupho lihle kakhulu, kungenzeka futhi uphuphe izingane ezincane eziningi
- Ukuphupha uteta, uzala noma ubeletha kuchaza isifiso esihle esizofezeka ngokushesha, ngamanye amazwi lefiso onaso sesiyaqala siyaqhakaza, izithelo uzozibona maduze.
ukuphupha umuntu ozithwele noma okhulelwe kuchaza ukuthi kunomuntu osemndenini ozovelwa yinto enhle, okungaba ukuthola umsebenzi or ukufezeka kwephupho lakhe.

Uma uphupha ubona umntwana kusho ukuthi wena noma uphathina wakho nizoba nengane maduzane. Uma usukhulelwe vele kuwuphawu oluhle ngokubelethwa kwengane. Uma uphupha ngabantwana abaningi uzophumelela emsebenzini nasempilweni.
Ngisacela ubuza,kusho ukuthini ukuphupha uhamba edolobhini ongalijwayele,ulahlekene nabantu obuhamba nabo,bese Kuba nomfana okuqhwethayo akukhombe igazi elehla ngemilenze kushuthi ungena eskhathini but ma uvuka ephusheni awukkho kumaperiod futhi ilanga lakho lisesekudeni.
Kuchazani ukuphupha ubaba wakho esaphila ekubuza umntwana wokuqala ukuthii ukuphi Mase ethii umkhulise kahle losesiswini sakho aqede aphume ahambe.
Ngiphuphe ngihamba nomgani wami sihamba nengane yam encane yentombazane siseskolweni sithenga amagrabes aluhlaza ngabe kushoni
What if umnganwakho ekuphupha usanda kuba nengane?