Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho othandana naye?
Kusho ukuthini ukuphupha isoka lakho selihlala nomnakwenu limuthanda
kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho nishuthwa
cela ukubuza kuth Uma uphupha muntu owawuthandana naye ninomntwana naye ekufonela exolisa ngezinto azenzayo kuwe kuqonden
Cela ukubuza kusho kuthini ukuphupha muntu wakho ekuthengela mpahla
Ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye ekini nilele embhedeni bese uyaphuma uthi uyomenzela ukudla ufice sekukhona ubhuti wakho osewashona embingelela….uthi uyamjabulela ubhuti wakho evele ekhiphe iswidi enike umfana oklamayo
Sanibonani, Ngicela ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye kuthiwa umithisile. Yena ekubalekela enamahloni futhi ekhala.
Amen ngi cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha Umuntu othandana naye ekhiphi imali bese kuqhamuka ubhuti wakhe athi mubuke ucasha kanjan I mekhipha imali
Sanibona,kusho ukuthini ukuphupha umuntu ojola naye ekukhumulela izimpahla
Kusho ukuthini uphupha indoda yakho ikuqoqela izingubo zakho iclina.
Kusho ukuthini ukuphupha umubtunothandana naye egula ngekhanda
Sabonani cela kukubuz kusho ukuthin uma umunt wesfazane ephupha edlwengulwa umunt angamazi?
Sanibonani ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho othandana naye ethandana nomuntu omaziyo
Celukubuza kuthi kusho kuthini ukuphupha umuntu othandana naye ekufonela ekutshela ukuthi ukhulelisile.