Ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho othandana naye?
Anonymous Posted new comment August 5, 2022
Kusho ukuthini ukuphupha isoka lakho selihlala nomnakwenu limuthanda
kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho nishuthwa
Cela ukubuza kusho kuthini ukuphupha muntu wakho ekuthengela mpahla
Mbali Posted new comment June 13, 2022
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphuma umuntu othandana naye ecela uyomngenela emsebenzini wakhe ufike umsayinele futhi kungashiwo lutho?
Celukubuza kuthi kusho kuthini ukuphupha umuntu othandana naye ekufonela ekutshela ukuthi ukhulelisile.