Sanibona, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakini ongasekho?
Ukuphuphu umuntu wakini ongasekho kuyiphupho elithinta umsamo wakho/wakini. Leli phupho lixwayisa ngobobi obuzayo nabasela izikweletu zomsamo. Kubalulekile futhi ukuthi unake ukuthi lowomuntu ufike esesmeni esinjani. For example Ukuphupha umuntu wakini ongasekho owashona ekhala kakhulu kusuke kunengozi ayibonayo ezayo kunina kungaba isifo or ukugula.
NGICELA UKUBUZA KUCHAZANI UKUPHUPHELWA USHADA UMSHADO OMHLOPHE KUKHONA UMAMA WAKHO OSANDA KUDLULA EMHLABENI EGULA KAKHULU UMAMA.NGIDIDEKILE NGALELI PHUPHO NGICELA NINGICHAZELA
ngiphuphe ubaba wam usashona kodwa bengingamubhaxuli kanje ngesbhaxu, kungabe kuchazani?
Ukuphupha u gogo wam ehlezi eceleni kwam ekhuluma kodwa angizwa ukuthi uthini
Kusho kuthini kuphupha uxhawulana nomuntu waking ongasekho?
Uma uphupha umuntu wakini ongasekho ethule ekubuka enhasho lutho