Ukuphupha unqunu, izingubo zakho zingekho, ungaqgokile kuchaza ukuthi kunemfihlo ngawe obuyifihlile ezophumela obala yaziwe, noma kunento obewucabanga ukuthi abantu abayazi ngawe leyonto isiyaziwa noma izovela obala yaziwe.
Menzi Answered question May 18, 2021