Kusho ukuthini ukuphupha uthenga izingubo zokugqoka?
Anonymous Answered question December 26, 2020
Leli phupho iphupho elithokozisayo kakhulu kubantu bonke uma sibheka lokho elisuke likubikezela. Leliphupho libika ukushintsha kwempilo ngendlela engcono kunaleyo umuntu asuke ekuyo ngaleso sikhathi. Kafushane nje singasho sithi libikezela inqubekela phambili, inhlanhla, izibusiso noma impumelelo.
admin Selected answer as best October 13, 2020