Sanibona bengicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha uthola imali yamaphepha?
Anonymous Answered question March 29, 2022
-Uma uphupha ukuthi unemali, lokho kuwuphawu olubi futhi kuphathisa kabi uma uyisebenzisa noma uyilahla, kodwa kuyinhlanhla futhi kusho ukuthuthuka uma uyinikezwa noma uyithola.
-Ukuphupha uphiwa imali, futhi kuvela ephusheni lakho lapho uyamukela, lokho kusho inhlanhla ezayo.
-Uma uphupha uphiwa imali bese kuba khona omunye umuntu oyithathayo kuwe, lokho kusho ukuthi kunabantu abazama ukukuthakatha kumbe abafuna ukukuthathela isiphiwo sakho noma ukuntshontsha inhlanhla yakho.
-Uma uphupha ukuthi ulanda imali oyilweletisile kumuntu, kusho ukuthi kuzoba nokudlulela phambili entweni ozama ukuyenza.
Anonymous Posted new comment January 25, 2022
Ngiphupha ngathi ngisendawe enezihlahla kunomoya kwavela imali yamaphepha ngayibutha ngayifaka ku plastic enye ize yasha nakim seyiningi ngabe kushoni lokho