Sanibona bengicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uthola umsebenzi.
Anonymous Answered question February 20, 2022
Ukuphupha uthola umsebenzi kuyiphupho elihle. Lokho kuchaza ukuthi inhlanhla yakho isiseduzane “thokola themba amathunzi ayewukela”, selidumela emasumpeni. Kunenhlanhla ekulandelayo ingase ihambisane nomsebenzi.
admin Selected answer as best October 13, 2020
Sawubona sacela ukubuza ukth kusho ukuthini ukuphupha ubizwa emisebenzi ukhonjiswa ukuthi uzokwenzani
Mellowh Answered question February 20, 2022
Vela ukubuza ngiphuphe imanager yami yakudala ithi Mbali ,can you please do this job for me ngathi unginika umsebezi omusha and sikwi office engingalazi.wathi asixoxe indaba ngathi sobuye sikhulume ngoba mgathi khona ongenayo
Mbali Answered question May 8, 2021