Sanibona, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha wakha indlu yodaka?
Anonymous Answered question May 19, 2022
Ngicel ukubuza kushukuthini ukuphupha indlu yodaka
Thandeka Answered question May 19, 2022
lokho kungachaza isiqalo sempilo yakho sakamuva nje.kuzomele ubambelele kulokhu okuncane nje ocabanga ukukwenza noma ngabe amandla akho mancane okwamanje kodwa qala kuzolunga.
xolie mkhize Answered question July 20, 2021