Sanibona, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha waliwa umuntu othandana naye?
admin Selected answer as best October 13, 2020
Uma uphupha ukuthi othandana naye ukushiyile kusho ukuthi umuntu onaye uzoba ngothembekile kuwe. Kungaphinde kuchaze ukuthi lowo othandana naye unesimilo.
admin Selected answer as best October 13, 2020