Uma uphupha ukuthi lowo othandana naye ukushiyile kusho ukuthi umuntu onaye uzoba ngothembekile kuwe. Uma uphupha waliwa kusho ukuthi lowo othandana naye unesimilo.
admin Selected answer as best October 13, 2020
Ukuphupha waliwa umuntu othandana naye okanye uxabane naye akuchazi ukuthi lowomuntu uzokwala, ukhumbule iphupho liyi symbol alisho into osuke uyibona. Lokhu kuchaza ukuthi kukhona ongajabule othandweni, Zamani ukuxoxa izinkinga zothando.
Mamlambo Answered question May 19, 2021
Uma uphupha ukuthi othandana naye ukushiyile kusho ukuthi umuntu onaye uzoba ngothembekile kuwe.
Vezi Answered question May 19, 2021