Ukuphupha ulwandle lunolaka kodwa luhlanzekile, lapho ngimi khona kwavela izinyawo zosana lumbozwe ishlabathi. Kwase kumbeka umgodi omkhulu ngemuva kwalapho ngimi khona ngilinde ukukhombisa amaphoyisa ukuthi ngilubonephi usana. Kwabe sekuqhamuka amagagasi amakhulu afike agugula bonke abantu nakho konke obekusondele olwandle kodwa mina awangithintanga. Amagagasi ahambe aze ayophazamisa nezakhiwo eziso delene nolwazi kodwa ngilokhu ngimi lapho ngigade lolusana. Ngabe kuchaza ukuthini
Eyamakhatshwa Posted new comment January 16, 2022
Ukuphupha ulwandle kuhlangene namadlozi nabantu abaphansi, uma uphupha ulwandle olunolaka kukhombisa ulaka Iwabaphansi lokho. Ukuba khona kwamaphoyisa kusho okungekuhle, okungabalwa phakathi kwakho izitha zakho, noma ke isifo esiza koseduze nawe.
MaHlokozi Answered question March 29, 2021
ingabe kuchazani lokhu